impinda umuthi uses and benefits, lapha sizokuchazela ngomsebenzi walomuthi obizwa ngokuthiwa yimpinda. Impinda umuthi uyawusebenzisa ukubona umthakathi okuthakathayo, uhlanganiswa neminye imithi uwufake ngaphansi komcamelo.Impinda iyasebenza njengomuthi wokushaya izitha. uyasebenza futhi njengomuthi wokuziphindiselela, uyangena futhi emithini lapho uncintisana khona, isibonelo: umuthi webhola, umuthi wokudlala induku.
Hlakaza izitha ngempinda, zishayane zijikelane. zizondane, bonke abahlangane ngawe baphenduke izitha. Induku yezitha lena, bhaxabula boh:
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.